Sikhonz' uManqoba, sikhonza oMdala Wezinsuku Sikhonz' uNkulunkulu wezimanga Wezimanga, wezimanga, wezimanga. Sikhonz' uMadida, sikhonz' uJesu Sikhonz' uNkulunkulu wezimanga UJesu usimangazile
Yingakho sihlabelela Ngoba nguye owenzile izimanga Wasikhiph' ezinkingeni mayeh Yingakho simile la simemezela ukunqoda kukaJesu Weh! Nkosi yami sikhonz' uJesu thina wezimanga