Zandile Khumalo - BitterSweet lyrics

Published

0 343 0

Zandile Khumalo - BitterSweet lyrics

[Verse 1] Maning' macala weehh kudala ngkhala weehh Ngithi kuyehla kanti kyenyukela kod' ungtshelu ukuth' anghlale Maningi macala weehh kudala ngkhala weehh uxolisa njalo, ngixolele njalo yeah Ngiyayizonda (inhliziyo yami) Ukuthi iyakuthanda (iyakuthanda) noma ng'hamba yona iyangilanda noma ng'zama (engqondweni yami) ukukhohlwa nguwe sonk' iskhathi ngicabanga ngawe [Chorus] Ngiyakthand' impela, ngiyakding' impela kod' uyawphula umoya wami Ngiyakthand' impela, ngiyakding impela kod uyayphula inhliziyo yami (sekwanele manje) ngithi khawula, khawula awuboni uyalqeda uthando lwami ngithi khawula, khawula awuboni uyalqeda uthando lwami [Verse 2] Mangithi ngiyakshiya ukhalisa kwengane encane welele ungtshelu kuthi ngek' uphinde kube yiphuthe elncane weeehh ngithi khula manje (ubeyindoda), ngithi dlula manje (ubeyindoda) isikhathi siyahamba malungekh ushintsho nam ngizohamba Ngiyayzonda (inhliziyo yami) ukuthi iyakthanda (iyakthanda) noma ng'hamba yona iyangilanda noma ng'zama (engqondweni yami) ukukhohlwa nguwe sonk' iskhathi ngicabanga ngawe [Chorus] Ngiyakthand' impela, ngiyakding' impela kod' uyawphula umoya wami Ngiyakthand' impela, ngiyakding impela kod uyayphula inhliziyo yami (sekwanele manje) ngithi khawula, khawula awuboni uyalqeda uthando lwami ngithi khawula, khawula awuboni uyalqeda uthando lwami Ngiyakthand' impela, ngiyakding' impela kod' uyawphula umoya wami ngiyakthand' impela, ngiyakding' impela kod' uyayphula inhliziyo yami.