Zandie Khumalo - Bittersweet lyrics

Published

0 445 0

Zandie Khumalo - Bittersweet lyrics

kudala ngkhala weehh Ngithi kuyehla kanti kyenyukela kod' ungtshelu ukuth' anghlale Maningi macala weehh kudala ngkhala weehh uxolisa njalo, ngixolele njalo yeah Ngiyayizonda (inhliziyo yami) Ukuthi iyakuthanda (iyakuthanda) noma ng'hamba yona iyangilanda noma ng'zama (engqondweni yami) ukukhohlwa nguwe sonk' iskhathi ngicabanga ngawe Ngiyakthand' impela, ngiyakding' impela kod' uyawphula umoya wami Ngiyakthand' impela, ngiyakding impela kod uyayphula inhliziyo yami (sekwanele manje) ngithi khawula, khawula awuboni uyalqeda uthando lwami (×2) Mangithi ngiyakshiya ukhalisa kwengane encane welele ungtshelu kuthi ngek' uphinde kube yiphuthe elncane weeehh ngithi khula manje (ubeyindoda), ngithi dlula manje (ubeyindoda) isikhathi siyahamba malungekh ushintsho nam ngizohamba Ngiyayzonda (inhliziyo yami) ukuthi iyakthanda (iyakthanda) noma ng'hamba yona iyangilanda noma ng'zama (engqondweni yami) ukukhohlwa nguwe sonk' iskhathi ngicabanga ngawe “Ngiyakthand' impela, ngiyakding' impela kod' uyawphula umoya wami— Zandie Khumalo Ngiyakthand' impela, ngiyakding'impela kod' uyawphula umoya wami Ngiyakthand' impela, ngiyakding' impela kod uyayphula inhliziyo yami ngithi khawula, khawula awbon' uyalqeda uthando lwami (×2) Ngiyakthand' impela, ngiyakding' impela kod' uyawphula umoya wami ngiyakthand' impela, ngiyakding' impela kod' uyayphula inhliziyo yami.