Tshepo Tshola - Unamandla lyrics

Featuring ,

Published

0 2021 0

Tshepo Tshola - Unamandla lyrics

Thixo wami wangithanda esiswini sika mama Wasindisa ubomi ngiseyingane nkosi yami ngingena bani ongangithanda bahlukumeza impilo yami bonke ngithembele kubo, Ohhh nkosi yami babedlala ngami kabuhlungu ohh baba... Ngangizulazu ngingena khaya Ngizulazula ngimaniki niki Ngokubonga njalo ngisaphila Ngoba ungunkulunkulu omamangalisayo... Ohhh Modimo waka ke hlahetswe ke mafu a batho bao kebaratang Ke tletse meyokgo, mpelo yaka tletsi matitetso ke hlahlathela kesa tsebe moo ke yang Wa fihla Jeso umphumani kele malabulabu wa tlhatswa ditshila... Ngangizulazu ngingena khaya Ngizulazula ngimaniki niki Ngokubonga njalo ngisaphila Ngoba ungunkulunkulu omamangalisayo... Ngoba wena unothando wasithwala Isiphambano waze wafela zono zethu sivule amehlo nkosi sixolele zono zethu Usibonise ndlela yakho lungisa ukuhamba kwethu