LYRICS.AZ APPLICATION

Download from Apple Store
Download from Google Play

Soil - Thambo Lam lyrics

Kentucky, thambo lam, uyilo wena lavi wami
Sthandwa sam' uphithizelis' imizwa yami
Khetha mina baby ngizokuphatha kahle
Ngikuthande nob' uvutha baby, stovu sam samalahle
.
Mina ngivele ngiphons' ilitje phezu kwendlu
Me ke phuma igazi liyashukuma
Mina ngivele ngiphons' ilitje phezu kwendlu
Ma ke phuma izulu liyaduduma
.
Igama lakh' uSbahle, angeke ngimlahle
Kwaphel' ukubhampa, namhlanje ngihambe kahle
Igama lakh' uSbahle, angeke ngimlahle
Stovu sam samalahle, uSbahle ungfudumeza kahle
.
[chorus]
.
Swidi lam lomkhuhlane, wena sthandwa sam
Smomoza sam, ngifun' uhlale nam
Isiphalaphala sentombi, sibuzwa kuwe
Sinqanda mathe sam sofa silahlane
.
[chorus]
.
UVilakaz' uMphephethwa umshukumis' igazi uyamenza
[Lyrics from: https:/lyrics.az/soil/-/thambo-lam.html]
Nob' ihlab' inameva ikhandelwe mina nawe lendlela
Mvelase Mthembu, my shukela, phayinaph yam
Ublind unswempu, my boom bap uyi** yam
.
Mama wam baphi omalume, abafak' amabhantshi balunge
Sthandwa sam ungabi saduka
Noba kumakhaza uthando luyavutha
Ubamba la ngithi eish, ubambe le ngithi eish
******
.
I just hope you can see you aint gona kill me
Cause already ngiyazifela
.
Noba bangathini bathi ngikuthakathile
Wen' ubone mina kuzo zonk' intombi esigodini
Dali thath' okwami unginike okwakho
Ngizokuthanda kuze kufike ekufeni
.
Dali wena ukhanya nje nge langa liphum' ekseni
Nom' amazwi angaphela, uzobala emehlweni
Wena thanda mina, mina ngikhethe wena
Ngizokuthanda ngize ngifik' ekufeni
.
[chorus]

*** Thanks Nengwekhulu Eulenda Vhulenda for the lyrics

Correct these Lyrics

RECOMMENDED VIDEO