Sjava - Confession lyrics

Published

0 1077 0

Sjava - Confession lyrics

NgineConfession Ngicel uk'confessor NgineConfession Ngicel uk'confessor NgineConfession Ngicel uk'confessor Yazi ngyasaba ukuk'thanda Ngisaba ukuthi angeke ungithande the way ngikuthanda ngakhona ngyasaba ukukthanda Ngisaba ukuthi angeke ungithande the way ngikuthanda ngakhona Ngihlale ngiyibuza Mawlele uyangphupha na? Uyangbona na? Yavakasha na? Emaphushweni akho Enhlizizweni yakho Nginendawo na Nginekhaya na? Ngingalala na? Ngihlale ngiyibuza Mawlele uyangphupha na? Uyangbona na? Yavakasha na? Emaphushweni akho Enhlizizweni yakho Nginendawo na Nginekhaya na? Ngingalala na? Malingishonele ilanga Ukufihl' ak'sizi ngcono ngvele ngiphumele obala Ngikutshele ngendlela engizizwa ngayo Ngyavuma angiphiki Ukuthi uyangithanda Inkinga abukho ubufakazi Izenzo azisasho lutho Nokuthi I love you Sekwaba yinto elula Elula usungayisho nanoma kubani AyisenaValue Uthando lwamanga Nolweqiniso lupendwe ngombala ofanayo Hlampe wisigebengu Ngixolele Ngixolele Nami kumele ngiy'vikele Ngixolele Ngixolele Nami kumele ngiy'vikele Wemntanomuntu NgineConfession Ngicel uk'confessor NgineConfession Ngicel uk'confessor Yazi ngyasaba ukukthanda Ngisaba ukuthi angeke ungithande the way ngikuthanda ngakhona ngyasaba ukukthanda Ngisaba ukuthi angeke ungithande the way ngikuthanda ngakhona Ngihlale ngiyibuza Mawlele uyangphupha na? Uyangbona na? Yavakasha na? Emaphushweni akho Enhlizizweni yakho Nginendawo na Nginekhaya na? Ngingalala na? Ngihlale ngiyibuza Mawlele uyangphupha na? Uyangbona na? Yavakasha na? Emaphushweni akho Enhlizizweni yakho Nginendawo na Nginekhaya na? Ngingalala na? Malingishonele ilanga Ngob umuhle unakho konke Awshodi ngalutho Lapho osuka khona Konakalaphi? You too good to be true Ngabe khona engakwazi yini? Makukhona, cela ukhulume manje Ksaseneskhathi Kumele ungithembise ukuthi mangivuma Lana Ksasa ngek' ungijikele Umzimba uright Konke kuright Inhliziyo Yami iyo kuphela ekhathel' kmele ngihlale ngphapheme Ngixolele Ngixolele Nami kumele ngiy'vikele Ngixolele Ngixolele Nami kumele ngiy'vikele Wemntanomuntu NgineConfession Ngicel uk'confessor NgineConfession Ngicel uk'confessor Yazi ngyasaba ukukthanda Ngisaba ukuthi angeke ungithande the way ngikuthanda ngakhona ngyasaba ukukthanda Ngisaba ukuthi angeke ungithande the way ngikuthanda ngakhona Ngihlale ngiyibuza Mawlele uyangphupha na? Uyangbona na? Yavakasha na? Emaphushweni akho Enhlizizweni yakho Nginendawo na Nginekhaya na? Ngingalala na? Ngihlale ngiyibuza Mawlele uyangphupha na? Uyangbona na? Yavakasha na? Emaphushweni akho Enhlizizweni yakho Nginendawo na Nginekhaya na? Ngingalala na? Malingishonele ilanga