Sjava - Kulomhlaba lyrics

Published

0 1180 0

Sjava - Kulomhlaba lyrics

Kulo mhlaba esphila kuwo Izinto zimane ukwenzeka Amanye amadoda ayephumelela Amanye amadoda awapheleli Kulo mhlaba esphila kuwo Izinto zimane ukwenzeka Amanye amadoda ayephumelela Amanye amadoda awapheleli Thula Thula baba Amandl' endod' awapheli Thula Thula baba Amandl' endod' awapheli Ngiphakamisel' amehl' ami uhmmmm eeh Entabeni Usizo lwami weeh Usizo lwami Luvelaphi na? Luvela kuwe Eloyi Eloyi Nkulunkulu wami Ungishiyeleni na Sengqal ukubona engathi Le mpilo engiphilayo Akyona eyami Hlampe khona enye ong'bekele yona engcono Kulo mhlaba esphila kuwo Izinto zimane ukwenzeka Amanye amadoda ayephumelela Amanye amadoda awapheleli Thula Thula baba Amandl endod awapheli Senethembe usazobuya kimi Senethembe usazobuya kimi Usabusisa abanye Ngeke angnike umthwalo ongaphez kwamandl ami Senethembe usazobuya kimi Senethembe usazobuya kimi Usabusisa abanye Ngeke angnike umthwalo ongaphez kwamandl ami Eloyi Eloyi Eloyi Make ngahamba emhlabeni Njengoba ngan*lutho nje Ngiyshiyelani iyngane zami Ziyodlani wo Kulo mhlaba esphila kuwo Izinto zimane ukwenzeka Amanye amadoda ayephumelela Amanye amadoda awapheleli Kulo mhlaba esphila kuwo Izinto zimane ukwenzeka Amanye amadoda ayephumelela Amanye amadoda awapheleli Thula Thula baba Amandl endod awapheli Thula Thula baba Amandl endod awapheli