Sjava - Before lyrics

Published

0 4521 0

Sjava - Before lyrics

Before (x2) [Chorus] (Before) Bewungek' ukhulume ngami Ngale ndlel' okhuluma ngayo (Before) Before bewungihlnipha (Before) Bewuhlal' ungitjela njal' Ukuth' uyangthand Kodwa manje Sengiya' celela Kodwa manje angisatjelwa Sengiya' celela [Verse 1] Ubobhasobha mah Uzoth' umunt' uyakuthanda Kant' uyakuhalela Uzoth' uthando Kant' inkanuko Koth' angakuthol' akufunayo Uthando lushabaalale nje ngama zolo ebon' ilanga Ngabe ng'sak fan*lela [Chorus] (Before) Bewungek' ukhulume ngami Ngale ndlel' okhuluma ngayo (Before) Before bewungihlnipha (Before) Bewuhlal' ungitjela njal' Ukuth' uyangthand Kodwa manje Sengiya' celela Kodwa manje angisatjelwa Sengiya' celela [Verse 2] Kanti yin' eyenz' ukuthi umuntu aqamb' amanga Sibadala masingaka, hay ungazodlala Mas' uthol' omuny' ongcono k'nam kumel' ukungitjele Thando lwami please ngicel' ungbuyisele Ngeke ngize ngivume Udlale ngemizwa yami Ngeke ngize ngivume Ngothando lwami Ngeke ngize ngivume Uchithe isikhathi sami Baning' abafuna lothando. [Chorus] (Before) Bewungek' ukhulume ngami Ngale ndlel' okhuluma ngayo (Before) Before bewungihlnipha (Before) Bewuhlal' ungitjela njal' Ukuth' uyangthand Kodwa manje Sengiya' celela Kodwa manje angisatjelwa Sengiya' celela