Sjava - Valelise lyrics

Published

0 4665 0

Sjava - Valelise lyrics

Akulula ukuthi ngivalelise,ngivalelise mangikhuluma nawe sthandwa sami ocingweni x2 Ubuthongo abufiki mangikhuluma nawe,ngabe kusa nini ngibonane nawe ng'kwenze zonke lezinto esikhuluma ngazo.Wooh! Mayilele mangviphimbo lakho bomayo,lenza kuvuke nezinto ey'lele kanti wenza ngani?Angikaze ngithande umuntu kanje makuphel'hour singakhulumanga ngivele ngizwe ngathi ngzosangana kant'uthando olunjani lolu?What kind of love is this?Ubuthongo abufiki mangikhuluma nawe,ngabe kusa nini ngbonane nawe,ngkwenze zonke lezinto esikhuluma ngazo.Wooh! Ngthakulul'ukuthi ngivalelise,ngivalelise mangikhuluma nawe sthandwa sami ocingweni. Ubuhle bakho abufaniswe nalutho,kubical'ukuba muhle ngabe sowufile yinhlawulo ngab'awukho,ngabe kuphelile ngawe ngab'ugcwel'emajele.Muhl'ehleka,muhl'ekhala,muhl'ehleli,muhl'ehamba,muhl'eyithulele angashongo lutho.Mawumamatheka yilapho engibona khona ukuthi idlozi lingigidele mama! Thank you Lord you've been so good to me.. *** Thanks Kgomotso Morale for the lyrics