Sjava - Inhliziyo lyrics

Published

0 2388 0

Sjava - Inhliziyo lyrics

ngish' ubaba nomama angeke bang'khethele ukuth ngithandana nobani inhliziyo ifuna lokh' ekfunayo abangani nabongeke ngamane kphele ub'ngan' inkos' impela inhliziyo ifuna lokh' ekfunayo funa wena, wena, wena, wedwa inhliziyo ifuna lokh'ekfunayo amehl' awababoni abanye and angeke kuze kshintshe lokhu bakhulume kab kuwe bakhulume kabi kimi bath ngibonani kuwe ngibona lokhu kuwe bayadlala min' angeke ngikyeke ngizokthanda njalo, nongathandi yoze athande ngish' ubaba nomama angeke bang'khethele ukuth ngithandana nobani inhliziyo ifuna lokh' ekfunayo abangani nabongeke ngamane kphele ub'ngan' inkos' impela inhliziyo ifuna lokh' ekfunayo funa wena, wena, wena, wedwa inhliziyo ifuna lokh'ekfunayo thembalam ngyacela ungalinge lalele labantu mabeth lyadlula liphelele emoyeni banomona, abafuni ukusbona sijabulile banjal' abantu ngish' ubaba nomama angeke bang'khethele ukuth ngithandana nobani inhliziyo ifuna lokh' ekfunayo abangani nabongeke ngamane kphele ub'ngan' inkos' impela inhliziyo ifuna lokh' ekfunayo funa wena, wena, wena, wedwa inhliziyo ifuna lokh'ekfunayo