Sjava - Impilo lyrics

Published

0 2500 0

Sjava - Impilo lyrics

sengaze (sengaze) kufumuntu ngenxa yothando [chorus] ngiyazi akukho lula umuntu umthande ak'tshele ukuthi uthando luphelile kodwa impilo kumele iqhubeke (x2) [Bridge] kuyokusiza ngani ukumgwaza kuyok'siza ngani ukumdubula,umshise myekele kodwa impilo kumel'qhubeke (x2) khala some mntaka ma sekwa ndlula lezontsuku sisa khula sthandana kwakumnandi emhlabeni (x2) ngith'akusekho lokho sekuy'phupho lokho...ngithi iyanciph'imishado kwand'imingcwabo ngith'akusekho lokho siya qhuma islilo iyanciph'imshado kwand'imingcwabo Anibize abadala bashise impepho emsamu nibize nabafundisi bathandaze (x2) ngoba akume njalo bazophela oh mama bethu..bazophela oh odade kwethu zopheli ngane. sekwanele (sekwanele) leligazi el'chitheke selanele