Siphesihle Skhakhane - Amaphiko lyrics

Published

0 3042 0

Siphesihle Skhakhane - Amaphiko lyrics

Angizakwazi nokulala loku ngicabanga yena Sbwl ukumbona Long distance iyanyofa Angizakwazi nokulala loku ngicabanga yena Sbwl ukumbona Long distance uyanyofa Nkulunkulu cela ungiphe amaphiko Ngivele ngindize×2 Ngiyobona umuntu wami Unyaka wesithathu lo betsi kophela ngenyembezi Uthando lwethu alukuvumi lokho Hhay ayy alisusi Ayy mangizw' iphimbo lakho ngyajabula Mangbon' isthombe sakho ngiyakukhumbula Mangizw' iphimbo lakho ngyajabula Mangbon ' isthombe sakho ngiyakukhumbula Angizakwazi nokulala loku ngicabanga yena Sbwl ukumbona Long distance iyanyofa