Philsner - Impilo Ka Siphokazi Part 2 lyrics

Published

0 114 0

Philsner - Impilo Ka Siphokazi Part 2 lyrics

[Intro: Philsner] Dai Deng Iso, it's Philsner DDI Part Two [Verse: Philsner] USiphokazi bekazi tshela ukhuti uready for lelanga Until abone umamakhe sekathulile sebam vala Wahlanya wagijimela ekitcheni For umese wokuzi gwaza azo ngena no mamakhe ebokisini INurse lagijima fast lam bamba izandla USiphokazi wazi shaya pansi bhekazi limaza Bheka cabanga yonke ipast ebeyise khanda Ulose umamakhe plus yi birthday yakhe ksasa Imizwa yakhe ngaphakati ize ya nyamalala Azange afeele nex uku shisa beku fana noku banda So beseka funa ukuzi zwisa ubuhlungu ngoba atleast beku khona something ebeka yizwa makazi limaza Ambulance kudala bayfounela and aykako fiki Umphefumulu sowu phumile manje akusa sizi Umuntu ebekanga siza wumalume mara akana ndaba Uyazi usisi wakhe uya gula mara use spotini Foneli ihesh in 10 minutes seyi kokoda emnyango Mabezwa uSiphokazi ascreamer bashawa wuvalo Bacabanga uku jika mara mele benze umsebenzi wabo That's when kufika isonto seba ngena ngomthandazo Siphokazi bheka screama ngathi bayam shaya That's when aquleka inurse labe selimu thata Beseli stoppe uku khala lize lajabula uku bona Umama sipho aphumulile agule imi nyaka emi engaka Siphokaz wamenza proud umamakhe Uze survive angamazi ubabakhe Mara umamakhe ushone kusase early ngoba angako wazi wonke ama secret adeep ngo mtwanakhe This year uSipho uphinda ugrade nine bayamhleka Ngapha unama hloni akasa funi noku buyela Mamakhe bheka ngazi because bhekamu fihlela Maka celi report athi bawa thola kuphela ngo December USiphokazi njalo bheka doja eclasini Uku qiniseka ukhuti ngo two o'clock ufika endlini For ukwenza sure umamakhe uyawa phuza ama pilisi It's been two months isimo sa mamakhe singa chinchi Njalo maka dojile umamalhe bekamubuza Ukhuti why afike early nango kuthi basa funda Beseka ngekho strong for uku checka iyncwadi So beseka buza kphela anga nabo ubu fakazi Maka gula kakhulu uSipho bheka lova eskolweni Mara angasho kumamakhe ngoba angazi ukhuti amu tsheleni Agcoke iuniform makathi uya hamba ajike endleni Bhekenza ngathi uyaya bese ahlahle ngase fastereni Alalele umamakhe akwehlela ilanga lonke "Nkosi ngicela ungithathe manje ngoba angeke ngiphole" Ama gama ebekawasho maka thandaza Uma usuicidal uSiphokazi ulalele ngapha "Imi nyaka intombazane yam ingi nakekela Akanaba ngani nokuyo dlala uyahluleka UMtanamami uyangi phekela ngapha uyangi geza Noma sengize mosha intombazane yam iihlala ingceda Udeserva better kanti why ngisa phila? Umtanami uzo phila kancono makunga hamba mina" Aboma khelwane abamu funi nhlobo uSiphokazi Bahlala bayenza sure uyezwa njalo abamu khuluma khabi "Nangu uma faila lento ehlala ilova eskolweni Ugade izi ndaba zethu azo hlekisa unyoko embeni Angimu funi khabi lomtwana usatane Awbheke lento lena incane mara yisi gciila sa umamakhe Aka dlali nezi ngane zethu futhi aka bingeleli Unyoko bekase sbedlela angazi nokhuti ubuyeleni Ayi nabo naba ngani lento yislwane Makakade umamakhe umthola ngaphandle akhulum' ay one" Eclasini bamu biza ngama gama basaba ukumu khulumisa Futhi aba dlali naye bathi uzofa mawu ngamu thinta Kuma meeting ama parent acomplainer khubo teacher Xoshani lomtwana ngoba izi ngane zethu uzozi gulisa