Philile Lloyd Ntobela - Impilo Ka Siphokazi Part 1 lyrics

Published

0 242 0

Philile Lloyd Ntobela - Impilo Ka Siphokazi Part 1 lyrics

[Intro: Philsner] Dai Deng Iso, (Praying in the background Its Philsner DDI Part One, uh [Verse: Philsner] USiphokazi una 15 ksasa uyenza 16 Angazi kanjani mara so far usase yi virgin Uzphete okwe ntombi, uhlala ase jardin mara hayi ukhuti aka joli Old lady lakhe nale embeden, inurse liya thandaza ngapha Libheke imiti phansi liphete ibible ngezandla Beku bonakala ukhuti ilanga loku gcina abo mama be society ne sonto lise ndleleni bazwile ngale ndaba USipho abheke umama ahluleke ukuzi bamba Amkuze athi "mtanami ngaku tshela ngale langa Musa uku khala, mtana ka mama ngyahamba mara ngizo buya futhi mangizoku landa Thatha nabu ubuhlalo mara ubushiye mawuya esontweni Ngizoba nawe njalo ikusasa lakho lise skolweni Umuntu ongena thando mntanami uzofela esi hogweni So hleka nabo noma bhakhu fihlele induku emcaleni Ngyaqolisa azange uku thole konke obuwuku funa Yonke imali engayi saver bengi badala iskholo iskolo ukhone funda" Siphokazi seka funa noku khuluma Uyazi akanga thula angekhe aphindi ali thole ithuba "Ma mina ngyak'thanda ngithathe ngihambe nawe Mama ngyakthanda ngicela uku hamba nawe Nami khuningi eku wong engaku yenza Wawungi buza ukhuti ngi right ngesinye isikhati bengi pretenda Already bowu gula benga funa ukuku stressa Uya khumbula umalume asi nika imali ungazi why Angi thengela iymphatla futhi ahlala ane smile Uthe awhamba khulo mhlaba yena uzo ngenza umfazi Bengzothi ngiyaku tshela bese ubize ama poyisa Maka boshwa besizoyi thathapi imali ezosi philisa So ngiyaku cela ma, unga kwati please Umalume wuye ewang tshela izoku bulala le disease Mara its okay ma, atleast beslala sidlile UNkululu is great ma, futhi usi busisile From ngina eight ma, kudala ubhekezelile Ugula sine faith ma, ukuthi uzo vuka uphilile Inyembezi bezi ngasa phumi kumama siphokazi Kubonakala ngaphakati inhliziyo itonta igazi Amemeza uJesu ngalawo mandla ebewa sele Kusasa yibirthday ya mtanakhe and kumele amqaqisele Iskhati seciniso mntwanama iskhati sami sesiya phela Ubabakho uya phila azange shone koma mphela Benga funi ubuze ngaye bekungi hurta Bengi camba amanga because benginga funi upheli themba Ubabakho akazi ukhona and uyaphila Azange ngamu tshela ngikhulelwe maka ceda ukungi shiya Bengkwatile ngisebenza ngi ngamu ncengi Indaba wangi kwatisa ahlala ajola and aphika Bese wangi gulisa maka ceda wangishiya Ablamer mina athi yimi engamu gulisa Kusasa uyenza sixteen and mina ngi proud ngawe Ngabe kuya ngam lelo langa bengi zoli spenda nawe So sala baby ngicela uziphathe kahle" Wamnika ipepa eli balwe i address ya babakhe Ne card lase bank eline mali ebekamu savela yona Wamu thembisa asoze amshiye uzobe naye ngo moya "Cina mtanami futhi sowuzo phumula Ngiyazi kuya dina uku gadana umuntu ohlala agula Ngiyaku thanda iNkosi yiyo ekhete lendlela" Basa bambene nge hug umama Sipho wazi thulela Kwabe ahambe umama Sipho ane smile ebusweni INurse lingakho cedi noku thandaza la eceleni Makezwa uSipho ascreema khane abona kwenzakaleni Phansi kugcwele amanzi yizo zonke lezi nyembezi Isonto lafika later, mara la thandaza USiphokazi wa fainta, umamakhe mabamuthatha Beka busy ablamer, ifuneral palour Bathi uJesu is a saver why sisogola kangaka