Okmalumkoolkat - Shandarabaa Ekhelemendeh lyrics

Published

0 765 0

Okmalumkoolkat - Shandarabaa Ekhelemendeh lyrics

[Intro: Mashayabhuqe KaMamba] Afrika lalelaaaaa hhhaw yeeh yeni [Hook: Mashayahuqe KaMamba] Shandarabaa, Ekhelemendeh (Fireeeeeee) x8 [Verse 1: Mashayabhuqe KaMamba] Iqhude! Lakhala kabili kathathu lamthath' uMama nguwe Zakhala zikhihli' isililo izingane zamama nguwe' Sezisele zodwa (sezisele zodwa) Lashona iLanga sibamba siyeka sicela kuwe' Hhaaay wembulali unyonya! (we mame!) Wachith' igazi loMa (we mame) Bizani Ingane Zoma' Siyokhuz' umhlola' (hhey hey) Nazi izangoma zamanga zidlala ngabantu Nanka Amakhosi angakithi edlal' uTshwala Nazi izingane ezincane zimuncana zidlala iNgculaza! Khuzani baba, khuzani baba! [Hook: Mashayabhuqe KaMamba] [Bridge: Emtee (4Front) & Mashayabhuqe KaMamba] Thelumoya baba Abezwa la bantwana bakho yeeh yeni Thelumoya baba Abezwa la bantwana bakho yeeh yeni [Verse 2: OkMalumKoolKat] Hhayi okwethu okwezandla Ngibamba ikhanda ngezandla Ngiphethe iZulu ngezandla Ngizokushaya ngeZulu mngan' wam' I'm swaggin' like Jordan with jumps Umswenko the combo is a dunk I'm flying ngolwimi ngaphandl' ( kuqhamuk' ikati ) Kuqhamuk' ikati Inkomo idle ibhansi Sise-fieldini Imina uZidane Kukhale umagriza Kukhale izingane Kukhala abashana Umalume nangu Boyzn Bucks Namantombazane ( Woza Weekend ) Waze wamnandi Mgqibelo Waze wamnandi Mamah Kukhala uShandarabaa I see you flex in your car I see that you rocking Chanel Sekufike uMakoya ngempel' Ushaya umswenko ngempel' Manje bengikhala ngenumber Give me your number ngizobella Give me your coochie uzodela Hook+Outro: Mashayabhuqe KaMamba] Shandarabaa, Ekhelemendeh Fireeeeeee! Weh! MALUMAe wena udlala ngengane' Weh! Malume wena udlala ngengane' Fireeeeeee! Weh! Malume Weh! Malume hhey! Fireee!