Msaypho - Ntwana Yam lyrics

Featuring ,

Published

0 175 0

Msaypho - Ntwana Yam lyrics

[[hook]] (Smiso) ntwana yam. beng'cel udlale lengoma. ntwana yam. iyona vel ezok'guider. ntwana yam ngacathi ubaba wak'lahla . ukuth' ukufa nje son kung'fic' ungakazalwa (msaypho) (humming) elokufa alitsheliiiiii hhhhhhhhhhhhheeeeeeeeeee elokufa alitsheliiiiiiiiui [[verse 1]] (Smiso) Dear son . i've just found out ukuth ngine cancer. ngek' ngibe khona empilwen yakho and loko kuyang' hurter. and to think your mom is unemployed ubuhlung buyab'adder. doctor told me. ukuth ng'phile ngsalelw' inyanga. njengob ng'bhal lengoma nonyok usak'mith'inyanga. kodwa nkos yam bungek ungigcine ngith ukumbamba. ngimdlala dlalise ahleke then bes'uyangthatha. yonk'ingane yomfana yamding'ubab'isakhula. ingakho ngenze lengoma kuzuy'dlale mung'khumbula. muding' i father-hood ngohlez ng'khon ngokomoya. ngik'fikele ngephupho khon'uzobona ng'sakhona. beng'fisa ukub'ubaba kodwa ukufa kungphuthumile. bengek ngib' i type ebaleka masimithisile. ngyaz ngaphandle. abantu bazokxoxel'amanga. bakutshel izinto engekho ngan bath bengalunganga. ungabalalel ntwana yam dlala lengoma. [[hook]] [[verse 2]] (Smiso) Ntwana yam bengfisa waz umhlaba uyahlaba. amaqhawe acambalele lana ksinda amagwala. nom impilo isikjikela uzunga skeem ama kruger. lez izinja ezokfak enkingen abes ziyakshiya. ubuhlungu bomhlaba ngek buphele nge gla** ka beer. mel ufunde kuzmela lomhlaba ugcwel inkohliso. yaz abangan khon abe fake nabe qiniso. oweqiniso umngan uzoba nawe noma kukubi. owe fake ugada munemali abes eyazveza. masiphek imal uyabaleka akananembeza. masukhulile ngyathemba unyok uzomnakekela. uhamb isonto ntwana inkos iyon ezoksikelela. uzophumelela empilwen ntwana muzolalela. udlale lengoma njalo muzizwa ukhumbul ubaba. noma kunzima kanjan ithawula musa ukulilahla. ngob uzolidinga lendlela isayind