Mc Josta - It Hard to love some one lyrics

Published

0 89 0

Mc Josta - It Hard to love some one lyrics

Mc Records [Verse 1: Mtho-man] Kunzim'ukthandu muntu engakunakile angani? Lapho ngyazfela angaz ngenzenjani? I'm trying ukumkhombisa but maybe imizwa ayifani Maybe nendlela engzama ngayo uku'Chamer vele ayispani Mhlamp'uthandi mali Nami kmele ngvele ngtholi spani Ngithengi swegga ngiqede ngigwaze Maybe leyo I ryt iPlani Maybe I wrong cz lo gal akanamizwa. Vele akanamizwa yamie Ngisho ngiziduduza ngithi everything will be fine Okwenzomunye nomunye kyomenza Ngba nami sekwangenza Imizwa yami sengyayveza Ngiloke ngzama uku iMpressa Njengamanje ngya Relaxer Njengesosha ngyahlasela ukthanda wena ngyazmisela yazi futhi ngyazifisela inhlanhla ukuthi ngthole wena Kanti uthando lunjani yazi manje ngyadideka Kmele ngenzenjani yaz manje ngyaxakeka Ngenze konke emehlweni akho ukuze nami ngzobukeka [Chorus] It Hard to love some1 Who doesn't love you back Kunzima ukthanda umuntu Who doesn't love you back [Verse 2:Mc Josta] Ok! Kunzim'ukthandu muntu Ukthandu muntu ongakthandi Nami ngbhala le verse ngthandu muntu ongangthandi Ebsuku aksalaleki Ngithi ngyafunda aksafundeki Ngzam'ukbhala phansi Kodw'ipeni alisabambeki Uhlezi usemqondweni Ezinyi zinto azicabangeki Ngzamukbamba imizwa Kodwi mizwa aysabambeki Ngthanda wena wedwa Yazi abanye abathandeki Ngithi ngzamukshela Kodwa ngyashela aksheleki Ikhambi uktholuthando lwakho Kuba seduze kwakho Kunzimukthanda wena ntombazane Ngikushela mihla namalanga Kodwa kusafana Maybe ngiqalekisiwe Angilu deserve uthando Sek'ngcono ngtholi ntando Mina sengzobhubha Isphetho manje ukufa Kunzimukthandu muntu Ukthandu muntu ongakthandi Mina ngyaluzondu thando Ukthandu muntu Mina angnaso lesoskhathi [Chorus] It hard to love some1 Who doesn't love you back Love you back Kunzim'ukthandu muntu Who doesn't love you back Love you back It hard to love some1 Who doesn't love you back Love you back Kunzim'ukthandu muntu Who doesn't love you back Love you back [Verse 3:K-man] Aweeee mameee aweeee mamee Nginikuthando lwakhooo Uthando lwakho Aweeee mameee aweeee mamee Nginikuthando lwakhooo Uthando lwakho I know I know I know I know Yu the one that I need anymore That I need anymore I know I know I know I know Yu the one that I need anymore That I need anymore You are the one mtanomuntu Engimuthandayo You are the one mtanomuntu Engimudingayo You are the one mtanomuntu Engimuthandayo You are the one mtanomuntu Engimudingayo You are the one mtanomuntu Engimuthandayo You are the one mtanomuntu Engimudingayo You are the one mtanomuntu Engimuthandayo You are the one mtanomuntu Engimudingayo It realy hard hard hard hard to love to love someone who doesn't love you back It realy hard hard hard [Chorus] It hard to love some1 Who doesn't love you back Love you back Kunzim'ukthandu muntu Who doesn't love you back Love you back It hard to love some1 Who doesn't love you back Love you back Kunzim'ukthandu muntu Who doesn't love you back Love you back Prod by Sgilamkhuba Like our page on facebook Mic Controllers Records