Mashayabhuqe KaMamba - Impendulo KaBaba lyrics

Published

0 342 0

Mashayabhuqe KaMamba - Impendulo KaBaba lyrics

[Skit: Mam' Busi Mhlongo] [Chorus (iKholasi) : Mashayabhuqe KaMamba] UBaba uth' ang'ganwe Hho ngizolobola ngani yeh? x2 I'nkomo ay'sekho Hho i'nkomo ay'sekho bo! x2 UBaba uth' ang'ganwe Hho ngizolobola ngani yeh? x2 I'ntombi ay'sekho Hho I'ntombi ay'sekho bo! x2 [Verse (iVesi) 1: Mashayabhuqe KaMamba] Mina ngangingenjena mina Ngangingenjena mina' Hhay Bo! Ngangilisoka mina Ngangilisoka mina hhey! Aw'bheke maSoka namhlanje Aseyazisola yehhh Aw'bheke maSoka namhlanje Aseyazisola! Ziphi intomb' bo! Ziph intomb' bo! Yeah! Sadlala maqola esiqhuthi zi mpiko bo! Kwakhala abafana abancane befonela ekhaya kwasha amaphimbo Kwakhala abafana abancane befonela ekhaya kwasha amaphimbo Is'lingo bo! Ikhehla alikholwa bo! Hhay al'kholwa bo! Ngaqonywa umaThusi wajika wang'gabha bo! Hhay wang'gabha bo! Usehlel esenkonzweni Use shade noJesu bo! Hhay noJesu Mina ngihleli noShembe Ngihleli noShembe Hhay le zingane [Chorus(iKholasi)] [Verse (iVesi) 2: Mashayabhuqe KaMamba] We sizwe sakithi thandazan bo! Thandazan thandazan bo! Le zingane zishaywa yi-fomo bo! Abasazazi x3 OSheqe namaTattoo Sekwimpilo yenu leyo? X2 Impilo isiyashesha! Impilo iyashesha eGoli hhey! Izithombe ezinqunu bo! Amanyala' uSisi akazaz Uzibiz' ngoNyazi asmazi! We baba We baba uthang'thini mina? We baba We baba uthang'thini mina? Lo muntu akazaz'isbongo sakhe Lo muntu akamaz' uMama wakhe Lo muntu akazaz' uphuma kuphi Ngizoshada bani? [Chorus(iKholasi) : Mashayabhuqe KaMamba] UBaba uth' ang'ganwe Hho ngizolobola ngani yeh? I'nkomo ay'sekho Hho i'nkomo ay'sekho bo! UBaba uth' ang'ganwe Hho ngizolobola ngani yeh? I'ntombi ay'sekho Hho I'ntombi ay'sekho bo! [Tail (Umsila)] Hhey yeah ye yeah heey Wang'shiyuLoliwe Wang'shiyuLoliwe Hhay wang'shiyuLoliwe Wang'shiyuLoliwe Hhey yeah yeh