Malaika - Kiss Kiss lyrics

Featuring ,

Published

0 269 0

Malaika - Kiss Kiss lyrics

[intro] Kudum' ikiss kiss mah Kuzokwat' aazondayo Abantu abapheli Uma bethandana kujabul' idlozi Kuthand' izinyanya, kukwat' abazondayo Wangithanda lavi wami Wangibiz' iswidi lakho Wangibek' esifubeni, wanginamathela Wangibiz' uthando lwakho Woza woza lavi wami Sondela muntu wami ngikunike uthando lwam Thina sofa silahlane mah Bamb' umuntu wakho Ngizobamb' umuntu wami Sishone le, siduke nezwe Xa ume eduze nami andikwaz' ukuzibamba Kuthi ndikusondele, ndikubambe Ndiziva nje ndifudumala Undenza ntoni? (Ngibambe, ngibambe) Come duze sthandwa sami Ndikuthi mathu mathu lavi sondela ndiku cabu-cabuze Woza woza dali wam, wosondela lavui wam Wongibamb' ungiamathele, kujabul' amadlozi [chorus x2] Igazi lam' njalo liyagijima Njalo ma ungibamba, njalo ma ungithinta Wangibiz' isiponono sakho Wangibhek' emehlweni, wangitshel' izindaba bo [repeat] Kuzokhal' ikiss kiss x2 (Bamba mina lavi wami) Ngisho ikiss kiss sthandwa sami (Ngisondeze, awungicabuze lavi wam) Kuzokhal' ikiss kiss x2 (Oh ngithi manqa manqa) Ngish' ikiss kiss sthndwa sami Mamela lavi wam, okwam ngokwakho Ngithi thath' umzimba wam Ashil' amathamb' espoko Awu kumnand' ukuzondezwa Mmncwaa sondel' eduze Ngithi manqa, manqa x2 Ngithanda wena mah [chorus] Come duze sthandwa sam Kiss kiss, sthndwa sami [repeat x3] Kuzokhal' ikiss kiss ngisho ikiss kiss stahndwa sam [outro] Womthand' udali wakho, ungadlali ngaye Ngoba lokwat' idlozi mfanam Lijike likulahle phansi Akudum' ikiss kiss manje, mh hm