Lira - S'thandwa Sam' lyrics

Published

0 748 0

Lira - S'thandwa Sam' lyrics

Ngiyaziqhenya ngawe s'thandwa sami Nabantu ngiyabatshela ukuthi ngingo wakho Kodwa wena s'thandwa sam' Awungitshele s'thandwa sam' Unamahloni yini na? I would like to hear you say it I just wanna hear you say it Masinabany' abantu Baya babaza Bakhuluma ngathi Kodwa wena s'thandwa sam' Uvekung' nqede amandla Uyingidumaza Ingab' usangithanda yini na? Ngikunik' uthando lwami Nenhliziyo yami Lonk' ithemba lami Nesikhathi sam' Kodwa wena s'thandwa sam' uvel' ungishiye ngingedwa Yini kodwa s'thandwa sam' Awufuni ukuba nami?