Lira - Vaya lyrics

Published

0 352 0

Lira - Vaya lyrics

Uyangigxeka, Uyangicoba Uyangixhaphaza, futhi unamanga Ngiphela mandla ngipheli themba Nokubekezela sekubanzima Nami ngiyafun' ukuthemba indoda yam Nami ngiyafun' ukuthandiwa empilweni yam [Repeat x4] Angisa'kfuni sengiyahamba Hamba, hamba (vaya, vaya) Kuganga wena kodwa ubiza mina Uyajola kodwa uneskhwele wena Awuthembeki kodwa ufunuk'hlonishwa Noma sekuthiwani ngeke ng'khone mina Nami ngiyafun' ukuyithemba indoda yam Nami ngiyafisa ukuthandiwa empilweni yam Angisa'kfuni sengiyahamba Hamba, hamba (vaya, vaya) Angisa'kfuni sengiyahamba Hamba, hamba (vaya, vaya) Angisa'kfuni sengiyahamba Hamba, hamba (vaya, vaya) Angisa'kfuni sengiyahamba Hamba, hamba (vaya, vaya) [Repeat x4] Angisa'kfuni sengiyahamba Hamba, hamba (vaya, vaya) [Repeat x4] Angisa'kfuni sengiyahamba Hamba, hamba (vaya, vaya) Papadapa papa padadada (x7) Papadapa pa [Repeat x4] Angisa'kfuni sengiyahamba Hamba, hamba (vaya, vaya) [Repeat x4] Angisa'kfuni sengiyahamba Hamba, hamba (vaya, vaya) [Repeat x2] Papadapa papa padadada (x2) Hamba, hamba Vaya, vaya