Lira - Ngiyazifela lyrics

Published

0 2382 0

Lira - Ngiyazifela lyrics

Ngiyazifela,noma bengathini ngawe mina ngiyagcwala ngawe Ngizohlala nawe nsuku zonke ngizohlala ngingowakho Kudala bengitshela ngawe bengixwayisa sithandwa sami Ukunikela ngenhliziyo yami kuzongibangela usizi nje Angifun' ukuzwa lutho I can't help loving you x4 Ngizokumela, malanga onke ngizobaseduze kwakho Kudala ngibatshela ngawe Ngithi nguwe wedwa qha isokalami Futhi seng' qedile mina ukunikela ngothando lwami lonke Kodwa angifun' ukuzwa lutho I can't help loving you x4 I'm never, never gonna stop loving you x2 Never gonna stop said i'm never gonna stop Ngiyazifela, enhliz'weni yami nguwe wedwa Nabangani ngizobatshela, bazongixolela Ngiyazi fela, fela fela fela yoh Ngiyazifela (sustaining) x5