Kepza - Nawe lyrics

Published

0 126 0

Kepza - Nawe lyrics

Verse 1 Bangiphoxe Bangi cheat'elile Bangikhulumile Osiyazi bangiqedile (Bridge) Kazi ubukuphi sthandwa uthando ludlala ngami. Ngize ngalobola umuntu wabukisa ngabi. Ngazama ngahluleka mah Ukube ngangazi ngangizohlala ngilinde wena.... Chorus (2X) Ngiwuhambile umhlaba impilo yami yonke. Engibathandile bangiphoxile sengiyabona Bengifunana nawe Bengifunana nawe Bengifunana nawe Nawe Sthandwa sam. Verse 2. Udume njengo Babes wodumo Enhlizweni yami. Wenza' mawolo ubhaka 'masi*** enqondweni yami. Ngifuna wena wedwa hayi ozodwa babantu Inhliziyo yami ishaya ivosho mangicabanga ngawe (Bridge) Kazi ubukuphi sthandwa uthando ludlala ngami. Ngize ngalobola umuntu wabukisa ngabi. Ngazama ngahluleka mah Ukube ngangazi ngangizohlala ngilinde wena.... Chorus (2X) Ngiwuhambile umhlaba impilo yami yonke. Engibathandile bangiphoxile sengiyabona Bengifunana nawe Bengifunana nawe Bengifunana nawe Nawe Sthandwa sam. Ngiwuhambile.... umhlaba