Kelly Khumalo - Uthando lyrics

Published

0 1451 0

Kelly Khumalo - Uthando lyrics

Uthando lwami nawe Olwethu sobabili Umuntu wesithathu akafuneki Iindaba zethu lezo Yim' engakushela Yim' engakuqoma Ngathi sishadane, baby Savumelana Ngakunikeza uthando Ngakunikeza impilo yami Mina nawe sobabili Sathi akekho ozosihlukanisa Uthando lwami nawe Olwethu sobabili Umuntu wesithathu akafuneki Iindaba zethu lezo Anginandaba nondaba zabantu Ngifuna mina nawe sihlale sijabulile Ngaso sonke isikhathi Mina nawe sithandwa sami Ngiyabathanda abangani bakho Kanye nabomndeni wakho Mekufika endabeni zethu zothando ezethu sobabili Uthando lwami nawe Olwethu sobabili Umuntu wesithathu akafuneki Iindaba zethu lezo Mina nawe Mina nawe sithandwa sami Siyathandana Mina nawe sithandwa sami Akekho omunye Akekho omunye sithandwa sami Ozosihlukanisa Uthando lwami nawe Olwethu sobabili Umuntu wesithathu akafuneki Iindaba zethu lezo