Joyous Celebration - Ngizolibonga lyrics

Published

0 3698 0

Joyous Celebration - Ngizolibonga lyrics

Ngiphakamisela amehlo ami kuwe msindisi Nguwe ithembalami ekuhambeni kwami. Wena walizwa izwi lomkhuleko wami Ngikhala kuwe msindisi Welula isandla sakho wangiphakamisa. Ngizolibonga, ngizolibonga Ngizolibonga elakho igama Ungena nathi, ungena nathi Ungena nathi esithandweni somlilo