Sytroo - Intandane(prod.Mesaya) lyrics

Published

0 256 0

Sytroo - Intandane(prod.Mesaya) lyrics

(Hook1) Buka mngani… mina ang'naye umama ngenze njan? [[Bambelela mpintshi yami ub'hlungu b'sazodlula]] Buka mngani… mina ang'naye umama ngenze njan? [[Bambelela mpintshi yami ub'hlungu b'sazodlula]] Angibelethanga, ang'ncelanga zonke lezinto ziyang'khuba Yazu'kuba… kulomhlaba ang'zile ngabakekho obezothi ang'zile Buka mngani… mina ang'naye umama ngenze njan? [[Lobu b'hlungu b'sazodlula]] (Verse1 sytroo) Wang'shiya ng'sena… 7 imnyaka Umsindo k'khalwa ngaphaphama ngabuka I uncle ibambikhanda omakhelwane bemthulisa bemncenga E side(ini) umamulele ibhokisi l'zofika Ang'khali, yonke lento angiyazi phela phika Kwa hayizwa ngizwa kwi bhokisi bemfaka Isxuku sikhala I bhokisi bel'kaka Maybe kwakwi'hlobo eish omakhelwane babe gcwele usizi Ithoyizi ebelisesandleni ngalibeka 7 days pa**ed umama bamncwaba ngina 7 Nami ng'khula benginokuthi umama uzobuya Aqhubeke ang'geze ng'yes'koleni nami njengaba ngani bami Angiwashele ang'phekele phela ng'semncane Ngyay'dinga izandla zomzali wami nami njenga banye Ne tyma selabhoda engozini yemoto Ithombe zabazali bami ang'nazo ng'bakhumbule Mama ng'cela wenzu'buye (Hook2) Buka mngani… mina ang'naye umama ngenze njan? [[Bambelela mpintshi yami ub'hlungu b'sazodlula]] Buka mngani… mina ang'naye umama ngenze njan? [[Bambelela mpintshi yami ub'hlungu b'sazodlula]] Angibelethanga, ang'ncelanga zonke lezinto ziyang'khuba Yazu'kuba… kulomhlaba ang'zile ngabakekho obezothi ang'zile Buka mngani… mina ang'naye umama ngenze njan? [[Lobu b'hlungu b'sazodlula]] (Verse2 Sytroo) Ng'khule ngobisi lwenkomo kulomhlaba Umama wang'shiya ngalenkathi eng'zala Mina ng'necala ng'yasaba ngabulala umama Ngintandane now, ng'xovu cement Angiba blame nakancane abazi hengayo Nami ngajika sengibamba intambo ngabekezela Wawungeke ungabi ne H, I, V lo mhlaba ngobuyahlaba Imthenti'ngcwele masamba k'mele sgqoki'mbadada Why mama ung'shiye buya s'hlale sobabili Ng'funa ung'shaye mengenzinto e wrong Ung'thengele impahla zokugqoka buya Ng'funa ukuk'bona mzali wami buya Khona ung'support kwelami'khono Ngifunde ngize ngikhokhobe ngikuphe I mali u smile Ung'qambi'gama leli engili qanjwe o nurse angil'thandi Ung'fundisimbeko ung'shushuzele mang'lila Kade ngangibeka imbali ethuneni lakho ng'lokh ngithi uzobuya Isqamelo sami I bible lami ligcwele inyembezi zenkumbulo (Hook3) Buka mngani… mina ang'naye umama ngenze njan? [[Bambelela mpintshi yami ub'hlungu b'sazodlula]] Buka mngani… mina ang'naye umama ngenze njan? [[Bambelela mpintshi yami ub'hlungu b'sazodlula]] Angibelethanga, ang'ncelanga zonke lezinto ziyang'khuba Yazu'kuba… kulomhlaba ang'zile ngabakekho obezothi ang'zile Buka mngani… mina ang'naye umama ngenze njan? [[Lobu b'hlungu b'sazodlula]]… X3…