Ngiyaziqhenya ngawe s'thandwa sami
Nabantu ngiyabatshela ukuthi ngingo wakho
Kodwa wena s'thandwa sam'
Awungitshele s'thandwa sam'
Unamahloni yini na?
I would like to hear you say it
I just wanna hear you say it
Masinabany' abantu
Baya babaza
Bakhuluma ngathi
Kodwa wena s'thandwa sam'
Uvekung' nqede amandla
Uyingidumaza
Ingab' usangithanda yini na?
Ngikunik' uthando lwami
Nenhliziyo yami
Lonk' ithemba lami
Nesikhathi sam'
Kodwa wena s'thandwa sam'
uvel' ungishiye ngingedwa
Yini kodwa s'thandwa sam'
Awufuni ukuba nami?