Verse 1
Bangiphoxe
Bangi cheat'elile
Bangikhulumile
Osiyazi bangiqedile
(Bridge)
Kazi ubukuphi sthandwa uthando ludlala ngami.
Ngize ngalobola umuntu wabukisa ngabi.
Ngazama ngahluleka mah
Ukube ngangazi ngangizohlala ngilinde wena....
Chorus (2X)
Ngiwuhambile umhlaba impilo yami yonke.
Engibathandile bangiphoxile sengiyabona
Bengifunana nawe
Bengifunana nawe
Bengifunana nawe
Nawe Sthandwa sam.
Verse 2.
Udume njengo Babes wodumo Enhlizweni yami.
Wenza' mawolo ubhaka 'masi*** enqondweni yami.
Ngifuna wena wedwa hayi ozodwa babantu
Inhliziyo yami ishaya ivosho mangicabanga ngawe
(Bridge)
Kazi ubukuphi sthandwa uthando ludlala ngami.
Ngize ngalobola umuntu wabukisa ngabi.
Ngazama ngahluleka mah
Ukube ngangazi ngangizohlala ngilinde wena....
Chorus (2X)
Ngiwuhambile umhlaba impilo yami yonke.
Engibathandile bangiphoxile sengiyabona
Bengifunana nawe
Bengifunana nawe
Bengifunana nawe
Nawe Sthandwa sam.
Ngiwuhambile.... umhlaba