[Verse 1] Ngikhulile manje sengikwazi kusimela abazali bam’ bahambile Bangishiya Oh oh oh oh Sengisele ngedwa Ngiyintandane Oh kunzima Kulusizi ukuba wedwa Imihla yoke ngikhal’ inyembeze [CHORUS] Thula mtwanam’ Thula mtwanam’ Bhekezela mtwanam’ Bhekezela kuzolunga
[Verse 2] Kanti kunjani emhlabeni Kunjani ngihlupheka Sengizame konke kodwa akulungi lutho Oh oh oh Impilo yami ilusizi Ngoba nini ngihlupheka Ngiwa ngivuka Mihla lamalanga Sekwanele [CHORUS] Thula mtwanam’ Thula mtwanam’ Bhekezela mtwanam’ Bhekezela kuzolunga