Kuye kwamemeza baprofethi emandulo Kumemeza abantu abadala kangaka Webantwana kanisalaleni ngani Umbiko wokuzalwa kenkosi uJesu Nansoke inkanyezi enhle kunazozonke Eyalandelwa isiswe zivela empumalanga Baba baba wami; baba (hmm) Bhinc' (hmm) ibeshu lakho Simemeza ngazwi linyi (hmm) Sithi (hmm) Izelwe (hmm) Inkosi Yamakhosi Mama mama wami; Mama, bhinci, sidwaba sakho
Vunula uphelele sisho ngamphimbo linye sithi izelwe inkoi yamakhosi Yinhle kunazozonke, masiyilandeleni khona sizophumelela (Unqinisile umprofethi... lenkanyezi) Saqala Sabezwa besho saze sabona nathi embhalweni Sabe, sesiyakholwa, yilolo esikufundayo lithini ibhabeli (uJesu uyinkosi) Amen Halleluya Amen