I'hav been a fake nami, yebo ngyakuvuma lokho/ Kodwa wawungenzi mehluko noma ngirappela amancoko/ Manje kuphambana inhloko futh angisasazi esakho ismoko/ Uthola ngihlanyisa icrowd ngingekho crc ngenza incoko// Uzama ukubukisa ngami ungifaka kufront page kwimahyper/ Legenge engaperform kma'shows ecuthela amacyper/ Once yabakhona uyithola khona idrop kuqala kodwa/ Amaverse amaningi ungakaze uzwe nengoma eyodwa// Nalegenge esdropela ush** emicin/ Efillana yodwa hamba iqholosha ifakana ehlathini/ Abanye bawhack bagxeka amatrack nxayitsek/ Baskhiphela izingoma zona abarappisa oko'pitch black// Sebeyasdakelwa ileyo inkinga kwirap game/ Lot of rappers trying to make a name with somebodys name/ Mabehlangene bodwa bayahluleka ukukhanda iheat/ Im proud of myself of being dope ngizigoqela ubeat// Coz imina umhlekazi lah njengo hlengiwe mhlaba/ Legenge ingbona ngithula bese izitshele ukuth ngyayisaba/ Ihambe wrongo njengo brenda, this time izofika ngiready/ Still abakhoni ukungtop noma sebebhala daily// Lezi izilima and iqiniso ngyaxolisa ukusho pofu/ Bahamba beclaim ukushisa besahlulwa iprimer stofu/ Uzotholan, mufuna ukwakha igama ngelami igama/ Qinisa uyeke ukuzama muhluleka umele buqamama// Ah, nina nizinyoka zangempela nibiter owami ogesi/
Into yenu ayikho kmina like a buck oyiqhatha nebhubesi/ Irap game igcwele oshlama abasadinga ukushona/ Uzithole ubeaf nomdansi ekuzoth mase kushuba ashaye "ikhona"(style of dance)// Nina nihamba nith ayikho into engyenzayo/ Ukunidlela ivary asemaningi namahater angpretendayo/ Not everyone uzoncanwa ispani sakho/ Ngenxa yamahater ngaze ugive up kwiphuphu lakho// A real talk is a real talk thats somethng/ The big flop is your weak shorts they nothng/ You f**en kids drop anginidiss buka anikaqwashi/ Ngifika NgiNKOSI kade bengigcoba (bowing) and angikaphashi// Ukusukuma bese sbhekelane kungaba kuhle/ Ukukhuluma nokuthathana kancane kuphele sngaya kude/ Im talking to south coast lapho engphuma khona/ Ngiphakamisa and the big joke ukudlelana umona// Fans in the coast show love angithy/ Bese impoxo iphume kuthina with the lack of unity/ And ngeke iphele nanisaqhubeka nokuchathelana/ Konsta was right ave kungakuhle masingahlangana// #MMP MEDIA FAMILY# ngyarepresenta/ Being a kid beyinganakiwe ekasi ngaku experimenta/ I learnt to make my own beats ukuze nami ngigadle/ Phela muyi'ntwana ungaziwa uvaleleka ngaphandle// k**ah Da Rapkid u50Barz anguvale/ Mothi ngiringa ulalelisise uqale phansi uwudlale//